Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 4:41 - IsiZulu 2020

41 Labo bafika ngezinsuku zikaHezekiya, inkosi yakwaJuda, babhubhisa amathende abo nawamaMehuni atholakala lapho, babaqothula kuze kube namuhla, base behlala endaweni yabo, ngokuba bathola idlelo lemfuyo yabo lapho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Labo abalotshwe ngamagama bafika ezinsukwini zikaHezekiya inkosi yakwaJuda, bachitha amatende abo namaMehuni afunyanwa khona, bawaqothula kuze kube namuhla, bahlala esikhundleni sabo, ngokuba kwakukhona idlelo lezimvu zabo lapho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Laba abalotshiweyo ngamagama bafika emihleni kaHezekiya inkosi yakwaJuda, bachitha amatende abo nezindlu zabo zokuhlala ezazitholakala khona, bababulala ngesiqalekiso kuze kube namuhla, bahlala emakamelweni abo, ngokuba kwakukhona inqaba. Idlelo lemfuyo yabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 4:41
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJothamu wazala u-Ahazi; yena wazala uHezekiya; yena wazala uManase.


nayo yonke imizana eyayiyizungezile, kwaze kwaba seBhali. Lezo kwakuyizindawo zabo, bebhalwe ngezizukulwane zabo.


Kwawa abaningi bebulewe, ngoba impi yayingekaNkulunkulu. Ahlala endaweni yabo aze athunjwa.


Bacekela phansi amathende emfuyo, bathatha izimvu eziningi namakameli, babuyela eJerusalema.


Kwathi emveni kwalokho kwafika abakwaMowabi nabakwa-Amoni nabanye bakwaMehuni bezokulwa noJehoshafathi.


UNkulunkulu wamsiza kumaFilisti, nakwabase-Arabhiya ababehlala eGuri Bhari nakumaMehuni.


Ngakho-ke yizwani ngecebo likaSimakade; ngo-Edomi nalokho akuhlosile ngabakhileyo eThemani: impela abancinyane emhlanjini bayohudulwa basuswe, abhubhise amadlelo abo ngenxa yabo.


Wazenza izizwe zonke ngagazi linye ukuba zakhe ebusweni bomhlaba, wamisa izinkathi ezinqunyiweyo nemingcele yokuhlala kwazo,


AmaSidoni, ama-Amaleki, nabakwaMahoni banicindezela, nakhala kimi, nganikhulula esandleni sabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ