Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 4:4 - IsiZulu 2020

4 uPhenuweli, wayenguyise kaGedori, u-Ezeri kunguyise kaHusha. Yilabo-ke ababengabakaHure, izibulo lika-Efratha, uyise kaBhethlehema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 noPhenuweli, uyise kaGedori, no-Ezeri, uyise kaHusha. Yilabo ababe ngamadodana kaHure izibulo lika-Efratha, uyise kaBetlehema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 NoPenuweli, uyise kaGedori, no-Ezeri, uyise kaHusa. Lawa angamadodana kaHure, izibulo lika-Efratha, uyise kaBetlehema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 4:4
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Esefile u-Azuba; uKhalebhu wathatha u-Efrathi, wamzalela uHure.


Nampa ababengabozalo lukaKhalebhu: amadodana kaHure, izibulo lika-Efratha: kwakunguShobhali, uyise kaKiriyathi Jeharimi,


uSalima uyise kaBhethlehema, noHarefi uyise kaBhethi Gaderi.


Amadodana kaSalima: kwakunguBhethlehema, uNethofa, u-Atharothi Bhethi Jowabe, nengxenye yamaManahathi, amaZori.


Umkakhe owayengumJudakazi wazala uJeredi, uyise kaGedori, uHebhere, uyise kaSokho, noJekuthiyeli, uyise kaZanowa. Abanye babengamadodana kaBhithiya, indodakazi kaFaro, eyathathwa nguMeredi.


Nampa abazalwa ngu-Ethami: nguJizreyeli, u-Ishima, u-Idibhashi, udadewabo kunguHaseleliphoni,


Baya ngasekungeneni eGedori, ngasohlangothini lwasempumalanga lwesigodi, bayofunela izimvu zabo idlelo.


U-Ashuri, uyise kaThekhowa, wayenabafazi ababili, uHela noNahara.


iShaharayimi, i-Adithayimi, iGedera, iGederothayimi; isiyonke imizi ili-14 nemizana yayo.


Bonke abantu ababelapho esangweni, namalunga, basho ngazwi linye bathi: “Singofakazi. Sengathi uSimakade angamenza lona wesifazane ozohlala endlini yakho abe njengoRaheli noLeya, bobabili abayakha indlu ka-Israyeli. Sengathi ungaba nempumelelo e-Efratha ube nodumo eBhethlehema.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ