Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 4:28 - IsiZulu 2020

28 Bahlala eBheri Sheba, eMolada, eHazari Shuwali,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Bahlala eBeri Sheba, naseMolada, naseHasari Shuwali,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Bahlala eBherisheba, naseMolada, naseHasarishuali,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 4:28
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abhrahama wavuka ngovivi, wathatha isinkwa nemvaba yamanzi wakunika uHagari, wayesemethwesa khona ehlombe, wamkhomba indlela benomfana. Owesifazane wazulazula ehlane eBheri Sheba.


UShimeyi wayenamadodana ali-16, namadodakazi ayisithupha, kodwa abafowabo babengenabantwana abaningi, nomndeni wabo awandanga njengabakwaJuda.


eHazari Shuwali, eBheri Sheba nasemizaneni yalo,


Imizi eyayingeyabozalo lukaJuda ngasekupheleni eningizimu kuya emngceleni kwa-Edomi kwakuyilena: yiKhabhizeyeli, i-Edere, iJaguri,


Unkatho lwesibili lwadla uSimeyoni. Isizwana sabozalo lukaSimeyoni ngemindeni yaso ifa laso laliphakathi kwefa labozalo lukaJuda.


Ifa labozalo lukaSimeyoni laliyingxenye yendawo yabozalo lukaJuda, ngokuba ingxenye yabozalo lukaJuda yayinkulu kunaso, ngalokho-ke abozalo lukaSimeyoni bathola ifa labo phakathi kwelabakwaJuda.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ