Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 4:21 - IsiZulu 2020

21 Amadodana kaShela, indodana kaJuda: kwakungu-Eri, uyise kaLekha, uLahada, uyise kaMaresha, nemindeni yendlu yabaluka ilineni elicolekileyo, bendlu ka-Ashibheya,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Amadodana kaShela indodana kaJuda: ngu-Eri, uyise kaLekha, noLahada uyise kaMaresha, nemindeni yendlu yabaluka ilineni elicolekileyo bendlu ka-Ashibeya,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Amadodana kaShela indodana kaJuda: ngo-Eri, uyise kaLeka, noLada, uyise kaMaresa, nemindeni yendlu yabasebenza ilineni elicolekileyo, bendlu ka-Ashibeya,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 4:21
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yalandelisa futhi ngenye indodana, wayiqamba igama wathi nguShela: babeseKhezibhi ngesikhathi ezalwa.


Amadodana kaJuda kungu-Eri, u-Onani, uShela, uPherezi, noZera. Kuwona u-Eri, no-Onani bafela eKhanani. Amadodana kaPherezi: kwakunguHezironi noHamuli.


Amadodana kaJuda: u-Eri, u-Onani noShela, laba bobathathu wabazala kumKhananikazi, uBhathi Shuwa. U-Eri, izibulo likaJuda, wenza okubi phambi kukaSimakade; uSimakade wambulala.


Amadodana kaShimoni: kwakungu-Amnoni, uRina, uBheni Hanani noThiloni. Amadodana ka-Ishi: kwakunguZohethi noBheni Zohethi.


uJokimi, nabantu baseKhozebha, uJowashi, uSarafi, ababebusa kwaMowabi, noJashubhi Lehemi. Kepha lezi zindaba ngezasemandulo.


KumaShiloni: kwakungu-Asaya, izibulo, namadodana akhe.


noMahaseya kaBharukhi, kaKholi Hoze, kaHazaya, ka-Adaya, kaJoyaribhi, kaZakhariya, indodana yomShiloni.


Abasebenza ngefilakisi, nabeluka ilineni bayodumala.


Abozalo lukaJuda ngemindeni yabo yilaba: kuShela: ngumndeni wabakwaShela; kuPherezi: ngumndeni wabakwaPherezi; kuZera: ngumndeni wabakwaZera.


iKheyila, i-Akhizibhi, neMaresha; isiyonke imizi iyisishiyagalolunye nemizana yayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ