Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 4:15 - IsiZulu 2020

15 Amadodana kaKhalebhu, indodana kaJefune: kwakungu-Iru, u-Ela, noNahamu, namadodana ka-Ela, noKenazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Amadodana kaKalebi indodana kaJefune: ngo-Iru, no-Ela, noNahamu, namadodana ka-Ela, noKenazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Amadodana kaKalebi, indodana kaJefune; u-Iru, u-Ela noNahama; amadodana ka-Ela kwakunguKenazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 4:15
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UMehonothayi wazala u-Ofira. UZeraya wazala uJowabe, uyise wesigodi sabakhandi, ngokuba babengabakhandi.


Amadodana kaJehaleli: kwakunguZifi, uZifa, uThiriya no-Asareli.


UKhalebhu wabathulisa abantu, wathi kuMose: “Siyakwenyuka impela, silidle; akungabazeki ukuthi sizakulinqoba.”


Owesizwana sakwaJuda: nguKhalebhi, indodana kaJefune.


Kepha inceku yami uKhalebhu, ngenxa yokuba enomoya owehlukile, futhi engilandele ngenhliziyo ephelele, ngiyomngenisa ezweni aye kulo, izizukulwane zakhe ziyakulidla.


abayukungena ezweni engafunga ngalo ukuthi ngiyakunakhisa kulo, ngaphandle kukaKhalebhu, indodana kaJefune noJoshuwa, indodana kaNuni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ