Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 4:1 - IsiZulu 2020

1 Amadodana kaJuda: kwakunguPherezi, uHezironi, uKharmi, uHure, noShobhali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Amadodana kaJuda: ngoPheresi, noHesironi, noKarmi, noHure, noShobali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Amadodana kaJuda; noPerezi, noHezironi, noKarmi, noHure, noShobali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 4:1
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lapho esiphindisela emuva isandla sakhe, kwaphuma umfowabo. Umbelethisi wayesethi: “Hawu! Waze wafohla bo!” Wayeseqanjwa igama kwathiwa nguPherezi.


Amadodana kaJuda kungu-Eri, u-Onani, uShela, uPherezi, noZera. Kuwona u-Eri, no-Onani bafela eKhanani. Amadodana kaPherezi: kwakunguHezironi noHamuli.


UKhalebhi, indodana kaHezironi, wazala ku-Azuba, umkakhe, nakuJeriyothi; nanka amadodana akhe: uJesheri, uShobhabhi no-Aridoni.


Amadodana kaJuda: u-Eri, u-Onani noShela, laba bobathathu wabazala kumKhananikazi, uBhathi Shuwa. U-Eri, izibulo likaJuda, wenza okubi phambi kukaSimakade; uSimakade wambulala.


UThamari, umalokazana wakwakhe, wamzalela uPherezi, noZera. Esewonke amadodana kaJuda ayeyisihlanu.


Nampa ababengabozalo lukaKhalebhu: amadodana kaHure, izibulo lika-Efratha: kwakunguShobhali, uyise kaKiriyathi Jeharimi,


Amadodana kaKharmi: u-Akhari, umhluphi ka-Israyeli, owenza isiphambeko ngokuqalekisiweyo.


Amadodana kaHezironi awazalelwayo: uJerameli, uRamu noKhelubhayi.


Amadodana ka-Eliyohenayi: kwakunguHodaviya, u-Eliyashibhi, uPhelaya, u-Akubhi, uJohanani, uDelaya no-Anani, eyisikhombisa esewonke.


URewaya, indodana kaShobhali, wazala uJahathi; uJahathi wazala u-Ahumayi noLahadi. Laba babengabemindeni yamaZorathi.


Amadodana kaJuda: u-Eri no-Onani. U-Eri no-Onani bafela eKhanani.


uJuda wazala uFaresi noZara kuThamari; uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu,


ka-Aminadaba, ka-Adimini, ka-Arini, kaHezironi, kaPherezi, kaJuda,


Naba-ke abozalo lukaPherezi: uPherezi wazala uHezironi,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ