Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 3:13 - IsiZulu 2020

13 UJothamu wazala u-Ahazi; yena wazala uHezekiya; yena wazala uManase.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 ngu-Ahazi indodana yakhe; nguHezekiya indodana yakhe; nguManase indodana yakhe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 indodana yakhe u-Ahazi, indodana yakhe uHezekiya, indodana yakhe uManase,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 3:13
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngonyaka we-17 wokubusa kukaPheka, indodana kaRemaliya, u-Ahazi, indodana kaJothamu, waba yinkosi kwaJuda.


U-Ahazi walalaliswa kokhokho bakhe, wembelwa kokhokho bakhe emzini kaDavide. UHezekiya, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Kwathi ngonyaka wesithathu wokubusa kukaHosheya, indodana ka-Ela, inkosi yakwa-Israyeli, uHezekiya, indodana ka-Ahazi, inkosi yakwaJuda, waba yinkosi.


UHezekiya walaliswa kokhokho bakhe, uManase, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


UJowashi wazala u-Amaziya; yena wazala u-Azariya; yena wazala uJothamu.


Labo bafika ngezinsuku zikaHezekiya, inkosi yakwaJuda, babhubhisa amathende abo nawamaMehuni atholakala lapho, babaqothula kuze kube namuhla, base behlala endaweni yabo, ngokuba bathola idlelo lemfuyo yabo lapho.


UHezekiya waba yinkosi eneminyaka engama-25, wabusa iminyaka engama-29 eJerusalema. Igama likanina kwakungu-Abhiya, indodakazi kaZakhariya.


UManase wayeneminyaka eli-12 ngesikhathi eba yinkosi, wabusa iminyaka engama-55 eJerusalema.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ