Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 3:12 - IsiZulu 2020

12 UJowashi wazala u-Amaziya; yena wazala u-Azariya; yena wazala uJothamu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 ngu-Amasiya indodana yakhe; ngu-Azariya indodana yakhe; nguJothamu indodana yakhe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 indodana yakhe u-Amasiya, indodana yakhe u-Azariya, indodana yakhe uJothamu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 3:12
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngonyaka wesibili wokubusa kukaJowashi, indodana kaJehowahazi, kwa-Israyeli, u-Amaziya, indodana kaJowashi, inkosi yakwaJuda, waba yinkosi.


Bonke abantu bakwaJuda bathatha u-Azariya owayeneminyaka eli-16, bambeka waba yinkosi esikhundleni sikayise, u-Amaziya.


UHosheya, indodana ka-Ela, wamakhela uzungu uPheka, indodana kaRemaliya, wamhlasela, wambulala, wayeseba yinkosi esikhundleni sakhe; kwakungunyaka wama-20 wokubusa kukaJothamu, indodana ka-Uziya.


Ngonyaka wesibili wokubusa kukaPheka, indodana kaRemaliya, inkosi yakwa-Israyeli, uJothamu, indodana ka-Uziya, waba yinkosi yakwaJuda.


USimakade wayishaya ngesifo sochoko inkosi kwaze kwaba sekukhothameni kwayo; yayihlala endlini eqhelile kwezinye. UJothamu, indodana yenkosi, wayengamele umuzi, ehlulela abantu bezwe.


U-Azariya walaliswa kokhokho bakhe, bammbela kokhokho bakhe emzini kaDavide. UJothamu, indodana ka-Azariya, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


UJehoshafathi wazala uJoramu; yena wazala u-Ahaziya; yena wazala uJowashi.


UJothamu wazala u-Ahazi; yena wazala uHezekiya; yena wazala uManase.


U-Amaziya wayeneminyaka engama-25 ngesikhathi eba yinkosi, wabusa iminyaka engama-29 eJerusalema. Igama likanina kwakunguJehohadani waseJerusalema.


Bonke abantu bakwaJuda bathatha u-Uziya owayeneminyaka eli-16, bambeka inkosi esikhundleni sikayise u-Amaziya.


UJothamu wayeneminyaka engama-25 ngesikhathi eba yinkosi. Wabusa iminyaka eli-16 eJerusalema. Igama likanina kwakunguJerusha, indodakazi kaZadoki.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ