Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 3:11 - IsiZulu 2020

11 UJehoshafathi wazala uJoramu; yena wazala u-Ahaziya; yena wazala uJowashi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 nguJoramu indodana yakhe; ngu-Ahaziya indodana yakhe; nguJowashi indodana yakhe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 indodana yakhe uJoramu, indodana yakhe u-Ahaziya, indodana yakhe uJowashi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 3:11
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehoshafathi walaliswa kokhokho bakhe, wembelwa kokhokho emzini kaDavide, ukhokho wakhe; uJehoramu, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


U-Ahaziya, indodana ka-Ahabi, waqala ukubusa kwa-Israyeli eSamariya ngonyaka we-17 wokubusa kukaJehoshafathi, inkosi yakwaJuda, wabusa iminyaka emibili kwa-Israyeli.


Kepha uJehoshebha, indodakazi yenkosi uJoramu, udadewabo ka-Ahaziya, wathatha uJowashi, indodana ka-Ahaziya. Wameba phakathi kwamadodana enkosi ayezobulawa, wamfihla nomzanyana wakhe ekamelweni. Wamfihla kanjalo ku-Athaliya ukuze angabulawa.


UJehowashi wayeneminyaka eyisikhombisa ngesikhathi eqala ukubusa.


Ngonyaka wesikhombisa kaJehu, uJehowashi waba yinkosi; wabusa eJerusalema iminyaka engama-40. Igama likanina kwakunguSibhiya waseBheri Sheba.


Ngonyaka wesihlanu wokubusa kukaJoramu, indodana ka-Ahabi, inkosi yakwa-Israyeli, uJehoramu, indodana kaJehoshafathi, waba yinkosi kwaJuda.


UJoramu wayeselaliswa kokhokho bakhe, wembelwa koyisemkhulu emzini kaDavide; u-Ahaziya, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Ngonyaka we-12 wokubusa kukaJoramu, indodana ka-Ahabi, inkosi yakwa-Israyeli, u-Ahaziya, indodana kaJehoramu, waba yinkosi kwaJuda.


Indodana kaSolomoni kwakunguRehobhowamu, yena wazala u-Abhiya. U-Abhiya wazala u-Asa; u-Asa wazala uJehoshafathi.


UJowashi wazala u-Amaziya; yena wazala u-Azariya; yena wazala uJothamu.


UJehoshafathi walaliswa kokho bakhe, wembelwa kokhokho bakhe emzini kaDavide. UJehorama, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


bonke bakhuphuka bayokulwa noJuda, babhodloza bangena khona, bathumba yonke impahla etholakala esigodlweni senkosi, amadodana ayo, nobomkayo, akwasala ndodana kuye, ngaphandle nje kukaJehowahazi owayengomncane emadodaneni akhe.


Waphindela eJizreyeli ukuyokwelashwa amanxeba awathola eRama ngesikhathi elwa noHazayeli, inkosi yase-Aramu. U-Azariya, indodana kaJehoramu, inkosi yakwaJuda, wehla wayombona uJehoramu, indodana ka-Ahabi, eJizreyeli, ngoba wayegula.


UJowashi wayeneminyaka eyisikhombisa ngesikhathi eba yinkosi, wabusa iminyaka engama-40 eJerusalema. Igama likanina kwakunguSibhiya waseBheri Sheba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ