Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 3:10 - IsiZulu 2020

10 Indodana kaSolomoni kwakunguRehobhowamu, yena wazala u-Abhiya. U-Abhiya wazala u-Asa; u-Asa wazala uJehoshafathi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Indodana kaSolomoni yayinguRehobowamu; ngu-Abiya indodana yakhe; ngu-Asa indodana yakhe; nguJehoshafati indodana yakhe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Indodana kaSolomoni kwakunguRehobowamu, indodana yakhe uAbhiya, indodana yakhe u-Asa, indodana yakhe uJehoshafati,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 3:10
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni wakhothama, walaliswa kokhokho bakhe, wambelwa emzini kaDavide, uyise. URehobhowamu, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


URehobhowamu walaliswa nokhokho bakhe, wembelwa emzini kaDavide. Igama likanina kwakunguNahama wakwa-Amoni. U-Abhiyamu, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


U-Asa walaliswa kokhokho bakhe, wambelwa nokhokho bakhe emzini kaDavide, ukhokho wakhe; uJehoshafathi, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Kwakukhona ukulwa phakathi kukaRehobhowamu noJerobhowamu zonke izinsuku zokuphila kwakhe.


U-Abhiyamu walaliswa kokhokho bakhe; bammbela kwabakubo emzini kaDavide; u-Asa, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


UJehoshafathi wazala uJoramu; yena wazala u-Ahaziya; yena wazala uJowashi.


Wonke lawo kwakungamadodana kaDavide, ngaphandle kwalawo ayezalwa yizancinza. Udadewabo kwakunguThamari.


Kwathi ngonyaka we-18 wokubusa kukaJerobhowamu, u-Abhiya waba yinkosi kwaJuda.


U-Abhiya wayeselaliswa kokhokho bakhe, bammbela emzini kaDavide. U-Asa, indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe. Emihleni yakhe izwe laba nokuthula iminyaka elishumi.


UJehoshafathi, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe, waziqinisa ukuba alwe no-Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ