Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 29:3 - IsiZulu 2020

3 Futhi njengokuba ngiyayithanda indlu kaNkulunkulu wami, nginengcebo yegolide nesiliva, ngiyakunikela endlini kaNkulunkulu wami, phezu kwakho konke engikulungisele indlu engcwele,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Futhi njengokuba ngiyenamela indlu kaNkulunkulu wami, nginengcebo yegolide nesiliva, ngiyanika indlu kaNkulunkulu wami yona phezu kwakho konke engikulungisele indlu engcwele,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Futhi njengoba ngiye ngayithanda indlu kaNkulunkulu wami, nginempahla yami, igolide nesiliva, engiyinike indlu kaNkulunkulu wami phezu kwakho konke engikulungisele indlu engcwele indlu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 29:3
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehowashi wathi kubaphristi: “Lonke isiliva lezinto ezingcwele elilethwa endlini kaSimakade, imali eyamukelwayo, imali yilowo nalowo muntu anqunyelwe yona, yonke imali umuntu ayinikela ngokwenhliziyo yakhe endlini kaSimakade,


Inkosi uDavide yathi ku-Orinani: “Qha, ngiyakukukhokhela konke imali epheleleyo, ngokuba angizukumthathela uSimakade okungokwakho, noma nginikele umnikelo wokushiswa ongabizanga lutho.”


Sengiyilungisele indlu kaNkulunkulu wami ngamandla ami wonke, igolide lokwegolide, isiliva lokwesiliva, ithusi lokwethusi, insimbi yokwensimbi, imithi yokwemithi, amatshe amashohamu nawokufakwa, amatshe ahlobisayo nanemibala eyehlukeneyo, izinhlobo zonke zamatshe ayigugu, namatshe amhlophe amaningi.


amathalenta egolide ayizi-3 000, igolide lase-Ofiri, amathalenta ayizi-7 000 esiliva elicwengekileyo ukunameka ngalo izindonga zezindlu,


Simakade, ngiyithanda kakhulu indlu ohlala kuyo, nendawo lapho kuhlala khona inkazimulo yakho.


Kukodwa zwi engikucela kuSimakade, yilokhu nje engizimisele ukukwenza: ukuba ngihlale endlini kaSimakade zonke izinsuku zokuphila kwami, ngibuke ubuhle bukaSimakade, ngizindle ngisendlini yakhe.


Wo, zithandeka kangaka izindlu zakho, Simakade Wamabandla!


Ngokuba usuku lulunye emagcekeni akho, luhle kunezinye eziyizinkulungwane. Ngiyakhetha ukulinda emnyango wendlu kaNkulunkulu wami, kunokuhlala emathendeni ezikhohlakali.


“Khuluma nabantu bakwa-Israyeli ukuze bangilethele umnikelo, kube yilowo nalowo anikele ngokuthanda kwenhliziyo yakhe; ningilethele umnikelo wami.


ngokuba uyasithanda isizwe sakithi, nguye futhi osakhele isinagoge.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ