1 iziKronike 28:4 - IsiZulu 20204 “Nakuba kunjalo, uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli wangiqoka endlini yonke kababa ukuba ngibe yinkosi kwa-Israyeli kuze kube phakade. Ngokuba ukhethe uJuda ukuba abe ngumbusi, endlini kaJuda, indlu kababa, emadodaneni kababa, wangithanda mina ukuba angibeke ngibe yinkosi yawo wonke u-Israyeli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 “Kodwa uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli wangikhetha endlini yonke kababa ukuba ngibe yinkosi kwa-Israyeli kuze kube phakade; ngokuba ukhethile uJuda ukuba abe ngumbusi, nasendlini kaJuda indlu kababa, naphakathi kwamadodana kababa wangenamela mina ukuba angibeke inkosi kwa-Israyeli wonke, အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20244 Kepha uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli wangikhetha phezu kwayo yonke indlu kababa ukuba ngibe yinkosi kwa-Israyeli kuze kube phakade, ngokuba wakhetha uJuda ukuba abe ngumbusi; nendlu kaJuda, indlu kababa; futhi phakathi kwamadodana kababa wayethanda ukuthi ngizenze inkosi phezu kukaIsrayeli wonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |