Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 28:3 - IsiZulu 2020

3 Kepha uNkulunkulu wathi kimi: ‘Awuyukulakhela igama lami indlu, ngokuba wena uyindoda yempi, uchithe igazi.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kepha wayesethi uNkulunkulu kimi: ‘Awuyikwakhela igama lami indlu, ngokuba uyindoda yempi, uchithile igazi.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kodwa uNkulunkulu wathi kimi: Kawuyikwakhela ibizo lami indlu, ngoba wawuyiqhawe, wachitha igazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 28:3
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Wena uyazi ukuthi uDavide, ubaba, akakwazanga ukwakhela igama likaSimakade uNkulunkulu wakhe indlu, ngenxa yezimpi ezazimzungezile; uSimakade waze wabeka izitha phansi kwamathe ezinyawo zakhe.


“Hamba uyotshela uDavide, inceku yami, uthi: ‘Usho kanje uSimakade, uthi: “Wena awuyukungakhela indlu ukuba ngihlale kuyo,


Kepha izwi likaSimakade lathi kimi: ‘Uchithe igazi eliningi, waphaka izimpi eziningi, ngalokho awuyukulakhela igama lami indlu, ngokuba liningi igazi olichithe emhlabathini phambi kwami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ