1 iziKronike 28:2 - IsiZulu 20202 UDavide, inkosi, wasukuma wama ngezinyawo, wathi: “Ngilaleleni bafowethu, nani bantu bami: bekusenhliziyweni yami ukuba ngakhele umphongolo wesivumelwano sikaSimakade indlu yokuphumula, neyisenabelo sezinyawo zikaNkulunkulu wethu; ngiwenzile amalungiselelo okuba ngakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 UDavide inkosi wayesema ngezinyawo, wathi: “Ngizweni, bafowethu nabantu bakwethu: mina-ke, kwakusenhliziyweni yami ukwakhela umphongolo wesivumelwano sikaJehova indlu yokuphumula neyesenabelo sikaNkulunkulu wethu; ngangizilungiselele ukwakha. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20242 Inkosi uDavida yasisukuma yathi: Ngizweni, bafowethu labantu bami! isenabelo sezinyawo zikaNkulunkulu wethu, salungiselelwa ukwakha. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, le ndawo iyisihlalo sami sobukhosi, nendawo yamathe ezinyawo zami, lapho ngiyakuhlala khona phakathi kwabantu bakwa-Israyeli kuze kube phakade. Indlu yakwa-Israyeli ayisayukulingcolisa igama lami elingcwele, yona namakhosi ayo, ngokuphinga kwayo nangezidumbu zamakhosi ayo ezindaweni zayo eziphakemeyo.