Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 27:4 - IsiZulu 2020

4 Owayephethe isigaba sesibili kwakunguDadayi, umAhohi; singena ngenyanga yesibili isigaba sakhe. Esigabeni sakhe kwakukhona umbusi, uMikhilothi, beyizi-24 000.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Phezu kwesigaba senyanga yesibili kwakunguDodayi umAhohi nesigaba sakhe; kwakukhona nombusi uMikiloti; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ezigabeni zenyanga yesibili uDodayi wayengumAhohi, isikhulu sesigaba sakhe sasinguMikilothi; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 27:4
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayelandelwa ngu-Eleyazare, indodana kaDodo, indodana ka-Ahowahi. Wayengomunye wamaqhawe amathathu ayenoDavide mhlazana edelela amaFilisti ayeqoqene lapho ukuze alwe no-Israyeli, kodwa abakwa-Israyeli base behambile.


Wayelandelwa ngu-Eleyazare, indodana kaDodo, umAhohi, owayengomunye wamaqhawe amathathu.


Owayengomunye wozalo lukaPherezi, esiyisikhulu sabo bonke abakhuzi bempi ngenyanga yokuqala.


Induna yempi yesithathu eyayingena ngenyanga yesithathu kwakunguBhenaya, indodana kaJehoyada, umphristi. Wayeyinhloko; esigabeni sakhe kukhona abayizi-24 000.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ