Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 27:32 - IsiZulu 2020

32 UJonathani, umfowabo kayise kaDavide, wayengumeluleki engumuntu ohlakaniphileyo, futhi engumbhali. UJehiyeli, indodana kaHakhimoni, wayehlala namadodana enkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 UJonathani, uyisekazi kaDavide, wayengumluleki, wayengumuntu ohlakaniphileyo nombhali; uJehiyeli indodana kaHakimoni wayenamadodana enkosi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 UJonathani, uyisekazi kaDavide, wayengumluleki, indoda ehlakaniphileyo nombhali; uJehiyeli indodana kaHagimoni wayenamadodana enkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 27:32
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Amnoni wayenomngani, ogama lakhe kunguJonadaba, indodana ka-Shimeya, umfowabo kaDavide. UJonadaba wayengumuntu onobuqili obukhulu.


Wameyisa u-Israyeli, ngakho-ke uJonathani, indodana kaShimeyi, umfowabo kaDavide, wambulala.


Nanti-ke inani lamaqhawe kaDavide: kwakunguJashobhehamu, indodana yomHakhimoni, inhloko yezinduna ezingama-30; wagwaza wabulala abangama-300 ngomkhonto wakhe, ngasikhathi sinye.


Wamedelela u-Israyeli; ngakho-ke uJonathani, indodana kaShimeya, umfowabo kaDavide, wambulala.


UJazizi, umHagiri, wayephethe izimvu. Bonke laba babeyizinduna zemfuyo yenkosi uDavide.


U-Ahithofeli wayengumeluleki wenkosi. UHushayi, umArikhi, engumngani wenkosi,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ