1 iziKronike 27:2 - IsiZulu 20202 UJashobhehamu, indodana kaZabhidiyeli, wayengamele isigaba sokuqala esasingena ngenyanga yokuqala. Esigabeni sakhe kwakukhona abayizi-24 000. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Phezu kwesigaba sokuqala ngenyanga yokuqala kwakunguJashobehamu indodana kaZabidiyeli; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20242 Phezu kwesigaba sokuqala ngenyanga yokuqala kwakunguJasobhamu indodana kaSabidiyeli; esigabeni sakhe kukhona abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Nanti inani labantu bakwa-Israyeli ngokwezinhloko zezindlu zoyise, abakhuzi bempi bezinkulungwane nabezamakhulu, izikhulu zabo ezazikhonza inkosi kukho konke ngokwezigaba, ezazingena ziphuma inyanga nenyanga, ezinyangeni zonke zonyaka. Babekhona kuleso naleso sigaba, bekhonza, sebebonke beyizi-24 000.