Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 27:12 - IsiZulu 2020

12 U-Abhiyezeri, umAnathothi wakwaBhenjamini, wayengamele abangena ngenyanga yesishiyagalolunye; esigabeni sakhe kukhona abayizi-24 000.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Eyesishiyagalolunye ngenyanga yesishiyagalolunye kwakungu-Abiyezeri umAnathoti wabakwaBenjamini; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Owesishiyagalolunye ngenyanga yesishiyagalolunye kwakungu-Abhiyezeri waseAnathoti wakwaBenjamini; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 27:12
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

u-Abhiyezeri wase-Anathothi, uMebhunayi, umHushathi,


u-Ira, indodana ka-Ikeshi waseThekowa, u-Abhiyezeri wase-Anathothi,


USibhekhayi, umHushathi kwabakwaZera, nguye owayengamele ababengena ngenyanga yesishiyagalombili; esigabeni sakhe kwakukhona abayizi-24 000.


UMaharayi waseNethofa kwabakwaZera, wayengamele ababengena ngenyanga yeshumi; esigabeni sakhe kukhona abayizi-24 000.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ