Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 26:17 - IsiZulu 2020

17 Ngasempumalanga kwakunabaLevi abayisithupha, ngasenyakatho bebane ngosuku, ngaseningizimu bebane ngosuku nasenqolobaneni bebane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngasempumalanga ayekhona amaLevi ayisithupha, ngasenyakatho emane ngosuku, ngaseningizimu emane ngosuku, nasenqolobaneni emabili ngamabili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngasempumalanga ayekhona amaLevi ayisithupha, ngasenyakatho emane ngosuku, ngaseningizimu emane ngosuku, nase-Asuphimi emabili ngamabili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 26:17
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Olwasentshonalanga lwadla uShuphimi noHosa, ukuba babe ngabalindi abalinda ngasesangweni eShalekethi, ngendlela eyenyukayo.


Kwakukhona abane ngasentshonalanga endleleni, ePharibhari, kuthi ePharibhari uqobo kube nababili.


Kwakukhona abalindisango ezinhlangothini zozine: ngasempumalanga, entshonalanga, enyakatho, nangaseningizimu.


UKhore, indodana kaJimina umLevi, umlindi wesango elalisempumalanga, wayengamele iminikelo kaNkulunkulu yesihle, ukuze ayabe iminikelo kaSimakade neyezinto ezingcwelengcwele.


Njengokomthetho kayise uDavide, abaphristi wabamisa ngokwezigaba zabo enkonzweni, nabaLevi ezikhundleni zabo, ukuba badumise, bakhonze phambi kwabaphristi njengemfanelo imihla ngemihla. Abalindimasango nabo wabamisa ngezigaba zabo emasangweni; kulelo nakulelo sango, ngokuba uDavide, umuntu kaNkulunkulu, wayeyale ukuba kube kanjalo.


UMathaniya, uBhakibhukiya, u-Obhadiya, uMeshulamu, uThalimoni no-Akhubhi babengabalindisango, belinda izindlu zokubekelela ngasemasangweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ