Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 26:16 - IsiZulu 2020

16 Olwasentshonalanga lwadla uShuphimi noHosa, ukuba babe ngabalindi abalinda ngasesangweni eShalekethi, ngendlela eyenyukayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 eyasentshonalanga oShuphimi noHosa ngasesangweni laseShaleketi, ngasemendweni owenyukayo, abalindi ngabalindi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ikatho yeSupimi nekaHosa yaphumela ngasentshonalanga, nesango leSaleget ngasemgwaqweni okhuphukayo, umlindo ngamunye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 26:16
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ukudla okwakusetafuleni lakhe, indlela izinceku zakhe ezazihlala ngayo, ukuma kwezikhonzi zakhe, izembatho zazo, abaphathizitsha bakhe, umnikelo wakhe wokushiswa ayewunikela endlini kaSimakade, yabamba ongezansi.


Benza unkatho ngemisebenzi yabo kusukela komncane njengokomdala, isazi nomfundi.


Olwaseningizimu lwadla u-Obhede Edomi namadodana akhe, ukuba baqaphe inqolobane.


Ngasempumalanga kwakunabaLevi abayisithupha, ngasenyakatho bebane ngosuku, ngaseningizimu bebane ngosuku nasenqolobaneni bebane.


Kwakukhona abane ngasentshonalanga endleleni, ePharibhari, kuthi ePharibhari uqobo kube nababili.


ukudla okusetafuleni lakhe, indlela izinceku zakhe ezazihlala ngayo, nezazima ngayo, izembatho zazo, abaphathizitsha nezembatho zabo, negumbi lakhe eliphezulu endlini kaSimakade, ayibange isaba nalutho olunye engalusho.


Izinhloko zabaLevi nazi: uHashabhiya, uSherebhiya noJeshuwa, indodana kaKadimiyeli, nabafowabo bebhekene nabo bedumisa, bebonga njengemiyalo kaDavide, umuntu kaNkulunkulu, isigaba sibhekene nesigaba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ