Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 26:14 - IsiZulu 2020

14 Unkatho lwasempumalanga lwadla uShelemiya. Base benza unkatho ngendodana yakhe, uZakhariya, owayengumeluleki owayehlakaniphile, wadliwa wunkatho lwasenyakatho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Inkatho yasempumalanga yadla uShelemiya. Base benza inkatho ngoZakariya indodana yakhe, umluleki ohlakaniphileyo; wadliwa yinkatho yasenyakatho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Inkatho yasempumalanga yadla uSelemiya. Base benza inkatho ngendodana yakhe uZakariya, umeluleki ohlakaniphileyo; inkatho yakhe yaphumela enyakatho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 26:14
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bashaya unkatho isango ngesango naphakathi komncane njengakomdala, ngokwezindlu zawoyise.


Olwaseningizimu lwadla u-Obhede Edomi namadodana akhe, ukuba baqaphe inqolobane.


UMeshelemiya wayenamadodana nabafowabo, amadoda anamandla, eli-18.


UZakhariya, indodana kaMeshelemiya wayengumlindisango ethendeni lokuhlangana.


Kwakukhona abalindisango ezinhlangothini zozine: ngasempumalanga, entshonalanga, enyakatho, nangaseningizimu.


UKhore, indodana kaJimina umLevi, umlindi wesango elalisempumalanga, wayengamele iminikelo kaNkulunkulu yesihle, ukuze ayabe iminikelo kaSimakade neyezinto ezingcwelengcwele.


Ngase ngithumela, ngabiza u-Eliyezeri, u-Ariyeli, uShemaya, u-Elinathani, uJaribi, u-Elinathani, uNathani, uZekhariya noMeshulamu ababengabaholi, uJohiyaribhi no-Elinathani ababengabafundisayo,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ