Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 26:12 - IsiZulu 2020

12 Lezo zigaba zabalindimasango, izinhloko zabantu, zaba negunya ukukhonza endlini kaSimakade njengabafowabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Lezo zigaba zabalindisango, izinhloko zabantu, zaba nemfanelo yazo njengabafowabo ukukhonza endlini kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Phakathi kwazo kwakukhona izigaba zabalindisango phakathi kwezikhulu, ezazinabalindi omunye komunye ukuze bakhonze endlini kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 26:12
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bahamba, babiza abalindisango bomuzi, babatshela, bathi: “Sihambile saya enkanjini yabase-Aramu; bekukhala ibhungane, kungekho muntu, kungekho ngisho umsindo wodwa lo, kuphela amahhashi, nezimbongolo okuboshiweyo, namathende enjengalokhu enjalo.”


Benza unkatho ngemisebenzi yabo kusukela komncane njengokomdala, isazi nomfundi.


Owesibili kwakunguHilikiya, owesithathu uThebhaliya, owesine kunguZakhariya; sebebonke, amadodana nabafowabo bakaHosa babeli-13.


Bashaya unkatho isango ngesango naphakathi komncane njengakomdala, ngokwezindlu zawoyise.


Bona nabozalo lwabo babephethe amasango endlu kaSimakade, indlu yethende, beyiqapha.


UKhore, indodana kaJimina umLevi, umlindi wesango elalisempumalanga, wayengamele iminikelo kaNkulunkulu yesihle, ukuze ayabe iminikelo kaSimakade neyezinto ezingcwelengcwele.


Abahlabeleli, amadodana ka-Asafa, babesendaweni yabo njengokomyalo kaDavide, u-Asafa, uHemani noJeduthuni, umboni wenkosi; abalindimasango babengasesangweni; sasingekho isidingo sokuba basuke emsebenzini wabo, ngokuba abafowabo, abaLevi, babebalungisele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ