Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 25:4 - IsiZulu 2020

4 KuHemani: amadodana kaHemani: nguBhukiya, uMathaniya, u-Uziyeli, uShebhuweli, uJerimothi, uHananiya, uHanani, u-Eliyatha, uGidalithi, uRomamithi Ezeri, uJoshibhekasha, uMalothi, uHothiri noMahaziyothi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 KuHemani: amadodana kaHemani: ngoBukiya, noMathaniya, no-Uziyeli, noShebuweli, noJerimoti, noHananiya, noHanani, no-Eliyatha, noGidaliti, noRomamiti Ezeri, noJoshibekasha, noMaloti, noHothiri, noMahaziyoti;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 KuHemani: amadodana kaHemani; uBhukiya, noMathaniya, no-Uziyeli, noZebhuweli, noJerimoti, noHananiya, noHanani, no-Eliyatha, noGidaliti, noRomamtiseri, noJosbekasa, noMaloti, noHothiri, noMahasiyoti;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 25:4
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

AbaLevi base bebeka uHemani, indodana kaJoweli, nakubafowabo babeka u-Asafa, indodana kaBherekhiya, nasemadodaneni kaMerari, abafowabo, u-Ethani, indodana kaKhushaya.


Abahlabeleli: uHemani, u-Asafa, no-Ethani ukuba bakhalise amasimbali ethusi.


Abaseleyo emadodaneni kaLevi kwakuyilaba: emadodaneni ka-Amramu nguShubhayeli; emadodaneni kaShubhayeli nguJehedeya.


Indodana ka-Uziyeli: nguMikha; indodana kaMikha nguShamiri.


Amadodana kaMushi: nguMaheli, u-Edere noJerimothi. Yilaba-ke ababengamadodana abaLevi ngezindlu zokhokho babo.


Olwesithupha lwadla uBhukiya, amadodana akhe nabafowabo, beli-12.


Olwe-13 lwadla uShubhayeli, amadodana akhe nabafowabo, beli-12.


Olwe-15 lwadla uJeremothi, amadodana akhe nabafowabo, beli-12.


Olwama-21 lwadla uHothiri, amadodana akhe nabafowabo, beli-12.


KuJeduthuni: amadodana akhe: nguGedaliya, uZeri, uJeshaya, uShimeyi, uHashabhiya noMathithiya, esewonke eyisithupha, ephethwe nguyise uJeduthuni owayephrofetha ngohabhu, ngokubonga nangokudumisa uSimakade.


Olwama-23 lwadla uMahaziyothi, amadodana akhe nabafowabo, beli-12.


Olwama-24 lwadla uRomamithi Ezeri, amadodana akhe nabafowabo, beli-12.


Bonke labo kwakungamadodana kaHemani, isiboni senkosi ngokwezwi likaNkulunkulu, ukuze siphakamise uphondo lwayo. UNkulunkulu wamupha uHemani amadodana ali-14, namadodakazi amathathu.


Yilaba ababema namadodana abo: kumadodana amaKhohathi: nguHemani, umhlabeleli, kaJoweli, kaSamuweli,


Simakade, Nkulunkulu wensindiso yami, ngikhala imini nobusuku phambi kwakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ