1 iziKronike 24:4 - IsiZulu 20204 Ozalweni luka-Eleyazare kwatholakala amadoda amaningi ayizinhloko kunasozalweni luka-Ithamari. Ahlukaniswa kanje: ozalweni luka-Eleyazare kwakukhona abali-16 ababeyizinhloko zezindlu zokhokho, nasozalweni luka-Ithamari kwatholakala abayisishiyagalombili ngokwezindlu zokhokho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Kwafunyaniswa emadodaneni ka-Eleyazare amadoda amaningi ayizinhloko kunasemadodaneni ka-Itamari; bahlukaniswa kanje: emadodaneni ka-Eleyazare kwakukhona abayishumi nesithupha abayizinhloko zezindlu zawoyise, nasemadodaneni ka-Itamari babe yisishiyagalombili njengezindlu zawoyise. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20244 Kwafunyanwa izinhloko zamadodana ka-Eleyazare eziningi kunasemadodaneni ka-Itamari; bahlukana kanjalo. Emadodaneni ka-Eleyazare kwakukhona izinhloko zezindlu zoyise eziyishumi nesithupha, nesishiyagalombili emadodaneni ka-Itamari ngezindlu zawoyise. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |