Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 24:31 - IsiZulu 2020

31 Nalaba benza unkatho njengabafowabo, amadodana ka-Aroni phambi kukaDavide, inkosi, uZadoki, u-Ahimeleki, nezinhloko zawoyise, abaphristi nabaLevi; omkhulu kubo kanjalo nomfowabo omncane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Nalabo benza inkatho njengabafowabo, amadodana ka-Aroni, ebusweni bukaDavide inkosi, noSadoki, no-Ahimeleki, nezinhloko zawoyise babapristi namaLevi, inhloko yawoyise njengomfowabo omncane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Nabo benza inkatho ngabafowabo, amadodana ka-Aroni, phambi kwenkosi uDavide, noSadoki, no-Ahimeleki, nezinhloko zezindlu zawoyise zabapristi namaLevi, izinhloko zawoyise zimelane nabafowabo abancane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 24:31
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana kaMushi: nguMaheli, u-Edere noJerimothi. Yilaba-ke ababengamadodana abaLevi ngezindlu zokhokho babo.


Benza unkatho ngemisebenzi yabo kusukela komncane njengokomdala, isazi nomfundi.


Bashaya unkatho isango ngesango naphakathi komncane njengakomdala, ngokwezindlu zawoyise.


USolomoni wakhuluma kuye wonke u-Israyeli, kubakhuzi bempi bezinkulungwane nabezamakhulu, kubehluleli, kubo bonke abaholi bakwa-Israyeli, nasezinhlokweni zoyise.


Phansi kwakhe kwakukhona u-Edene, uMiniyamini, uJeshuwa, uShemaya, u-Amariya, noShekhaniya emizini yabaphristi abayaba iminikelo ngokwethembeka kubafowabo, ngokwezigaba zabo, abadala nabancane.


Izwe liyakwabelwa abaningi nabayingcosana ngonkatho.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ