Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 24:24 - IsiZulu 2020

24 Indodana ka-Uziyeli: nguMikha; indodana kaMikha nguShamiri.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Amadodana ka-Uziyeli: nguMika; emadodaneni kaMika: nguShamiri.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Emadodaneni ka-Uziyeli: uMika: emadodaneni kaMika; Shamir.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 24:24
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana ka-Uziyeli: nguMikha, inhloko, owesibili nguJishiya.


Amadodana kaHebhroni: nguJeriya, inhloko, owesibili ngu-Amariya, owesithathu nguJahaziyeli, owesine nguJekhameyamu.


Umfowabo kaMikha nguJishiya. Indodana kaJishiya nguZakhariya.


Bheka, nazi izigaba zabaphristi nabaLevi zazo zonke izinkonzo zendlu kaNkulunkulu. Emsebenzini wonke uyothola abantu abazinikele ngenhliziyo nabayizingcweti emisebenzini yonke. Izikhulu nabantu bonke bayakukulalela konke okushoyo.”


AbaLevi noJuda wonke benza njengakho konke uJehoyada, umphristi, ayebayalile; yilowo nalowo wathatha abantu bakhe ababengena ngesabatha, nalabo ababephuma ngesabatha, ngokuba uJehoyada, umphristi, akazihambisanga izigaba.


UHezekiya wabeka abaphristi nabaLevi ngezigaba zabo, kwaba yilowo nalowo ngokomsebenzi wakhe, njengabaphristi nabaLevi beminikelo yokushiswa neyokuthula, ukuba bakhonze, babonge, badumise emasangweni enkambu kaSimakade.


Babuye babeka abaphristi nabaLevi ngokwemikhakha yabo, ukuze baqhube inkonzo kaNkulunkulu eJerusalema, njengoba kulotshiwe encwadini kaMose.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ