Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 23:3 - IsiZulu 2020

3 AbaLevi babalwa kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuya phezulu. Inani labo laliyizi-38 000.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 AmaLevi abalwa kusukela kwaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu; umumo wawo ngezinhloko zawo, indoda ngendoda, wawuyizinkulungwane ezingamashumi amathathu nesishiyagalombili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 U-Israyeli kusukela eBeri Sheba kuze kube kwaDani, futhi umumo wabo ngamavoti abo, indoda ngendoda, yayiyizinkulungwane ezingamashumi amathathu nesishiyagalombili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 23:3
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Waqoqa bonke abaholi bakwa-Israyeli, abaphristi nabaLevi.


Yilabo-ke okwakungabozalo lukaLevi ngokwezindlu zokhokho babo, izinhloko zoyise, bebalwa ngamanani abo, ngamagama abo nangezinhloko zabo. Yibona ababenza umsebenzi wokukhonza endlini kaSimakade, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu.


Ngaphandle kokulotshiwe kwabesilisa ngokwezizukulwane zabo, bababela kusukela kowesilisa oneminyaka emithathu kuya phezulu, nabo bonke ababengena endlini kaSimakade, ngokwemisebenzi yabo, ngokwehlukana kwayo, nangokwezigaba zabo.


“Nanku umsebenzi wabaLevi: kusukela kwabaneminyaka engama-25 kuya phezulu, kwabayongena ukwenza umsebenzi wenkonzo ethendeni lokuhlangana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ