Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 22:8 - IsiZulu 2020

8 Kepha izwi likaSimakade lathi kimi: ‘Uchithe igazi eliningi, waphaka izimpi eziningi, ngalokho awuyukulakhela igama lami indlu, ngokuba liningi igazi olichithe emhlabathini phambi kwami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kepha izwi likaJehova lafika kimi, lathi: ‘Uchithile igazi eliningi, uphake izimpi ezinkulu; awuyikwakhela igama lami indlu, ngokuba uchithe igazi eliningi emhlabathini emehlweni ami;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kepha izwi likaJehova lafika kimi, lathi: “Uchithile igazi eliningi, ulwa izimpi ezinkulu; awuyikwakhela igama lami indlu, ngokuba uchithile igazi eliningi emhlabeni phambi kwamehlo ami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 22:8
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amehlo abo bonke abakwa-Israyeli abheke wena, nkosi yami, nkosi, ukuze batshelwe nguwe ukuthi ngubani ozohlala esihlalweni sobukhosi senkosi yami, emva kwayo.


Inkosi yayalela ukuba baqophe amatshe amakhulu, amatshe anenani elikhulu, ukuba babeke isisekelo sendlu ngamatshe abaziweyo.


“Wena uyazi ukuthi uDavide, ubaba, akakwazanga ukwakhela igama likaSimakade uNkulunkulu wakhe indlu, ngenxa yezimpi ezazimzungezile; uSimakade waze wabeka izitha phansi kwamathe ezinyawo zakhe.


ngaphandle kokuthi awuyukuyakha indlu, kodwa indodana yakho eyakuphuma okhalo lwakho yiyona eyakukwakhela igama lami indlu.’


Kepha uNkulunkulu wathi kimi: ‘Awuyukulakhela igama lami indlu, ngokuba wena uyindoda yempi, uchithe igazi.’


Hlambululani zonke izingubo zenu, nakho konke okwenziwe ngesikhumba, nangoboya bezimbuzi noma ngokhuni.”


Niyohlanza izingubo zenu ngosuku lwesikhombisa, nihlambuluke, andukuba ningene enkanjini.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ