1 iziKronike 22:3 - IsiZulu 20203 UDavide waqokelela nensimbi eningi yokwenza izipikili zeminyango nezamasango nezokuhlanganisa ithusi eliningi elisisindo salo singenakulinganiswa, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 UDavide walungisa insimbi eningi yezipikili zezivalo zamasango nezokuhlanganisa, kanye nethusi eliningi elingenakulinganiswa, အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 UDavide walungisa insimbi ngobuningi bezikhonkwane zeminyango yamasango nezokuhlanganisa; nethusi eliningi elingenasisindo; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Sengiyilungisele indlu kaNkulunkulu wami ngamandla ami wonke, igolide lokwegolide, isiliva lokwesiliva, ithusi lokwethusi, insimbi yokwensimbi, imithi yokwemithi, amatshe amashohamu nawokufakwa, amatshe ahlobisayo nanemibala eyehlukeneyo, izinhlobo zonke zamatshe ayigugu, namatshe amhlophe amaningi.