Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 22:2 - IsiZulu 2020

2 UDavide wayala ukuba kuqoqwe bonke abafokazi ababekwa-Israyeli, wabeka ababazi bamatshe ukuba babaze amatshe axhoziweyo, ukuze kwakhiwe indlu kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 UDavide wayala ukuba babuthe bonke abafokazi ababe sezweni lakwa-Israyeli, wabeka abakhi ukubaza amatshe axhoziweyo ukuba bakhe indlu kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 UDavida waselaya ukuthi abafokazi ababesezweni lakoIsrayeli babuthwe; waqasha abakhi ukubaza amatshe abaziweyo ukwakha indlu kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 22:2
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UHiramu, inkosi yaseThire, wathumela izithunywa kuDavide, nemisedari, nababazi bemithi, nabakhi; bamakhela uDavide isigodlo.


Indlu, isakhiwa, yakhiwa ngamatshe alungiswa enkwalini; akuzwakalanga sando, zembe, piki, nanto yensimbi, isakhiwa.


Baholela ababakha ngamatshe, ababebaza amatshe, nokuba kuthengwe izigxobo namatshe abaziweyo ukuze kulungiswe izimfa endlini kaSimakade, nakho konke okwathengwa ukuba kulungiswe ngakho indlu.


ababazi, abakhi, abakha ngamatshe, ukuze bathenge imithi namatshe abaziweyo kokulungisa indlu.


Inkosi yaseThire, uHiramu, yathumela izithunywa kuDavide, imisedari, abakhi nababazi ukuba bayomakhela indlu.


Inkosi uDavide yathi kulo lonke ibandla: “USolomoni, indodana yami, nguye yedwa okhethwe nguNkulunkulu, usengumfana, akakaqini ukhakhayi, nomsebenzi mkhulu, ngokuba ithempeli alisilo elomuntu, kepha ngelikaSimakade uNkulunkulu.


Thina sizogawula imithi eLebhanoni njengalokhu uyidinga, siyithumele kuwe eJopha ngolwandle ngezihlenga, wena uyikhuphulele eJerusalema.”


USolomoni wabala bonke abezizwe ababesezweni kwa-Israyeli, ngendlela uDavide uyise ayebabale ngayo phambilini. Wathola ukuthi bayizi-153 600.


Abantu bakhokhela ababazi bamatshe, nababazi bokhuni, nabakhi imali; banika amaSidoni nabaseThire ukudla, okuphuzwayo namafutha ukuze balande imisedari eLebhanoni, bayilethe olwandle eJopha, ngokwemvume kaKhoresi, inkosi yasePheresiya.


ukuthi ngaleso sikhathi naningenaye uKhristu, ningaphandle komphakathi wabakwa-Israyeli, ningabafokazi ezivumelwaneni zesithembiso, ningenathemba, futhi ningenaNkulunkulu emhlabeni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ