Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 21:9 - IsiZulu 2020

9 USimakade wayesekhuluma kuGadi, umboni kaDavide, ethi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UJehova wayesekhuluma kuGadi, umboni kaDavide, ethi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 UJehova wakhuluma kuGadi, umboni kaDavide, wathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 21:9
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lapho uDavide evuka ekuseni, kwafika izwi likaSimakade kumphrofethi uGadi, umboni kaDavide, lathi:


“Hamba uyokhuluma noDavide, uthi: ‘Usho kanje uSimakade, uthi: “Nginezinto ezintathu engizibeka phambi kwakho; khetha ibe yinye kuzo ukuba ngikwenzele yona.” ’ ”


Bonke labo kwakungamadodana kaHemani, isiboni senkosi ngokwezwi likaNkulunkulu, ukuze siphakamise uphondo lwayo. UNkulunkulu wamupha uHemani amadodana ali-14, namadodakazi amathathu.


Izinto ezenziwa nguDavide ekuqaleni nasekugcineni, zonke zilotshiwe encwadini yezindaba zikaSamuweli umboni, encwadini yezindaba zikaNathani umphrofethi, nasencwadini yezindaba zikaGadi umboni.


Wamisa abaLevi endlini kaSimakade bephethe amasimbali, izingubhu namahabhu njengalokhu uDavide noGadi, umboni wenkosi, noNathani umphrofethi, babeyalezile, ngokuba isiyalezo sasivela kuSimakade ngomlomo wabaphrofethi bakhe.


Umphrofethi uGadi wathi kuDavide: “Ungaqhubeki uhlale enqabeni, kodwa hamba uye kwaJuda.” Wasuka uDavide, wahamba waze wayofika ehlathini eHerethi.


Inceku yathi, kudala kwa-Israyeli noma ngubani owayeya ukuyobuza kuNkulunkulu, wayethi: “Woza siye kumboni.” Ngokuba lowo okuthiwa ngumphrofethi manje kuqala wayebizwa ngomboni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ