1 iziKronike 21:5 - IsiZulu 20205 UJowabe wamnika uDavide inani labantu ababebaliwe. Esewonke u-Israyeli wayeyisi-1 100 000 ababengaphuma baye empini, uJuda yena eyizi-470 000. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 UJowabe wanika uDavide umumo wabantu ababaliweyo; wonke u-Israyeli wayeyizinkulungwane eziyinkulungwane nezinkulungwane eziyikhulu abahloma inkemba; uJuda wayeyizinkulungwane ezingamakhulu amane namashumi ayisikhombisa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 UJowabe wasemnika uDavida inani lenani labantu. Bonke kwa-Israyeli babeyinkulungwane nekhulu lamadoda ahloma inkemba, futhi uJuda babe yizinkulungwane ezingamakhulu amane namashumi ayisithupha abahlome inkemba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |