1 iziKronike 21:3 - IsiZulu 20203 UJowabe wathi: “USimakade makenezelele kubantu bakhe kuphindwe kayikhulu. Nkosi yami, nkosi, kanti abasizo yini izinceku zenkosi yami bonke na? Inkosi yami ifunelani ukwenza lokhu na? Kungani ifuna ukuba yimbangela yecala ku-Israyeli na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 UJowabe wathi: “UJehova makenezele kubantu bakhe, kuphindwe kayikhulu phezu kwalokhu abayikho; kepha, nkosi yami, nkosi, abasizo izinceku zenkosi yami bonke na? Inkosi yami ifunelani le nto na? Iyakuba yicala ngani ku-Israyeli na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 Wathi uJowabe: “UJehova makenze abantu bakhe ngokuphindwe kayikhulu kunabo; kodwa, nkosi yami, nkosi, zonke azizona izinceku zenkosi yami na? pho, inkosi yami ifunelani lokhu na? izakuba yisiphambeko sikaIsrayeli ngani? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |