Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 21:22 - IsiZulu 2020

22 UDavide wathi ku-Orinani: “Nginike le ndawo eyisibuya ukuba ngakhele kuyo uSimakade i-althare; ngizoyikhokhela imali epheleleyo ukuze lolu bhubhane lunqamuke kubantu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UDavide wathi ku-Orinani: “Nginike indawo yalesi sibuya ukuba ngakhele uJehova i-altare kuyo: uyakunginika yona ngemali epheleleyo ukuba lesi sifo sinqamuke kubantu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 UDavide wayesethi ku-Orinani: “Nginike indawo yalesi sibuya ukuba ngakhele uJehova i-altare phezu kwayo; kumelwe unginike yona ngenani eliphelele, ukuze inhlupho yabantu ivinjwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 21:22
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Ahabi wakhuluma kuNabothi, wathi: “Nginike isivini sakho ukuze sibe yisivande sami semifino, ngoba siseduze nesigodlo sami. Ngizokunika esikhundleni saso isivini esihle kunaso, kodwa uma uthanda ngingakunika isiliva libe yinkokhelo yaso.”


Wathi u-Arawuna: “Kungani ukuba inkosi yami, inkosi, ize encekwini yayo na?” UDavide wathi: “Ngize ukuzothenga kuwe isibuya, khona ngizokwakhela uSimakade i-althare, ukuze lolu bhubhane lunqamuke kubantu.”


Wayesemlandela lowo muntu wakwa-Israyeli, wangena ethendeni lakhe, wababhokoda bobabili ngomkhonto esiswini, lwase lunqamuka ubhubhane kwabakwa-Israyeli.


Wama phakathi kwabafileyo nabaphilayo; lwanqamuka ubhubhane.


Kwathi lapho befika eGoreni Hathadi elingaphesheya komfula iJordani, kwasuka esinamathambo, bakhihla isililo, kwaba muncu. UJosefa wamlilela uyise izinsuku eziyisikhombisa.


UDavide wafika ku-Orinani, u-Orinani wabheka, wabona uDavide, waphuma esibuyeni, wakhothama kuDavide, ubuso bakhe bubheke phansi.


U-Orinani wathi kuDavide: “Zithathele yona; inkosi yami, inkosi, mayenze lokho okuhle emehlweni ayo. Bheka, ngiyakukunika izinkabi zibe ngezeminikelo yokushiswa, izibhulo zibe yizinkuni, nokolo ube ngumnikelo wokusanhlamvu; ngikunika konke lokho.”


ukuba anginike umgede wakhe waseMakhaphela, osemngceleni wensimu yakhe. Makanginike le ndawo phambi kwenu, bese ngimkhokhela intengo yayo ephelele, ukuze ibe ngeyami yokungcwaba.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ