1 iziKronike 20:6 - IsiZulu 20206 Kwaphinda futhi kwaba nempi eGathi, lapho kwakukhona umuntu owayemude kakhulu; eneminwe eyisithupha esandleni ngasinye, kanjalo nasezinyaweni enezinzwani eziyisithupha unyawo ngalunye, sekukonke kungama-24. Naye wayezalwa ngamaRefa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Kwabuye kwaba khona impi eGati, lapho kwakukhona umuntu omude; iminwe yakhe nezinzwani zakhe kwakungamashumi amabili nane, isithupha esandleni sisinye, nesithupha onyaweni lulunye; naye wazalwa yiRefa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 Kwabuye kwaba khona impi eGati, lapho kwakukhona khona umuntu omude, ominwe yakhe nezinzwani zakhe zazingamashumi amabili nane, ziyisithupha esandleni sinye, nesithupha onyaweni ngalunye; futhi wayeyindodana yomdondoshiya. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |