Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 2:10 - IsiZulu 2020

10 URamu wazala u-Aminadaba; u-Aminadaba wazala uNaheshoni, isikhulu sabakwaJuda;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 URamu wazala u-Aminadaba; u-Aminadaba wazala uNaheshoni, isikhulu sabantwana bakwaJuda;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 URamu wazala u-Aminadaba; u-Aminadaba wazala uNaheshoni, inhloko yabantwana bakwaJuda;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 2:10
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

uNaheshoni wazala uSalima; uSalima wazala uBhowazi;


Amadodana kaHezironi awazalelwayo: uJerameli, uRamu noKhelubhayi.


U-Aroni wathatha u-Elisheba indodakazi ka-Aminadaba, udadewabo kaNaheshoni, waba ngumkakhe, wamzalela uNadabi, u-Abhihu, u-Eleyazare, no-Ithamari.


KwaJuda: uNaheshoni indodana ka-Aminadaba.


Kwasuka kuqala ibhanela lenkambu yabozalo lukaJuda ngamaqembu abo, beholwa nguNaheshoni, indodana ka-Aminadaba.


Abakanisa ngasempumalanga ngalapho kuphuma khona ilanga kuyakuba ngabebhanela lenkambu yakwaJuda ngamabandla abo; umholi wabozalo lwabakwaJuda kunguNaheshoni indodana ka-Aminadaba.


Ngosuku lokuqala uNaheshoni, indodana ka-Aminadaba wesizwana sakwaJuda, waletha umnikelo wakhe.


Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa nguNaheshoni, indodana ka-Aminadaba.


u-Aramu wazala u-Aminadaba, u-Aminadaba wazala uNasoni, uNasoni wazala uSalimoni;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ