1 iziKronike 19:7 - IsiZulu 20207 Baqasha izinqola eziyizi-32 000, nenkosi yaseMahakha nabantu bayo beza bakanisa phambi kweMedebha. Abakwa-Amoni babuthana bephuma emizini yabo; beza ukuzokulwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Base beziqashela izinqola eziyizinkulungwane ezingamashumi amathathu nambili kanye nenkosi yaseMahakha nabantu bayo abeza ukumisa ngaphambi kweMedeba. Abantwana bakwa-Amoni babuthana ndawonye bephuma emizini yabo; baya ukulwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20247 Base beqasha izinqola eziyizinkulungwane ezingamashumi amathathu nambili kanye nenkosi yaseMahaga nabantu bayo; owafika wamisa inkamba phambi kweMedeba. Abantwana bakwa-Amoni babuthana emizini yabo, beza empini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |