Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 19:14 - IsiZulu 2020

14 UJowabe namabutho ayenaye basondela kuma-Aramu ukuba balwe nawo, kodwa wona acela empunzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 UJowabe nabantu ababe naye base besondela kuwo ama-Aramu ukuba balwe; kepha abaleka phambi kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 UJowabe namadoda ayenaye base besondela phambi kwama-Aramu emva kokulwa; basebebaleka phambi kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 19:14
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJowabe nabantu ababenaye basondela ukuba balwe nama-Aramu, kodwa abaleka.


Bheka, kwasondela umphrofethi ku-Ahabi, inkosi yakwa-Israyeli, wathi: “Usho kanje uSimakade, uthi: ‘Uyasibona sonke lesi sixuku esikhulu? Ngizosinikela esandleni sakho namuhla, ukuze wazi ukuthi Mina nginguSimakade.’ ”


Qinani, masibe nesibindi ngenxa yabantu bakithi nangenxa yemizi kaNkulunkulu wethu; uSimakade makenze okuhle akubona kufanele.”


Abakwa-Amoni babona ukuthi ama-Aramu acele empunzini, nabo babaleka phambi kuka-Abhishayi, umfowabo waya emzini. UJowabe waya eJerusalema.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ