Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 18:6 - IsiZulu 2020

6 UDavide wamisa amabutho e-Aramu eDamaseku. Ama-Aramu aba yizinceku zikaDavide, athela intela kuye. USimakade wamenza ukuba uDavide anqobe noma kuphi lapho eya khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 UDavide wamisa amakhanda e-Aramu laseDamaseku; ama-Aramu aba yizinceku zikaDavide, athela intela. UJehova wamnqobisa uDavide nomaphi lapho eya khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 UDavide wabeka abalindi e-Aramu; ama-Aramu aba yizinceku zikaDavide aletha izipho. Ngakho uJehova wamvikela uDavida yonke indawo ayeya kuyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 18:6
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nganginawe noma kuphi lapho wawuya khona, ngazibhubhisa zonke izitha zakho phambi kwakho. Ngiyakwenza igama lakho libe njengamagama abakhulu abasemhlabeni.


Wamnqoba uMowabi; abakwaMowabi baba yizinceku zikaDavide, bathela intela kuye.


Kwase kufika ama-Aramu aseDamaseku ezosiza uHadarezeri, inkosi yaseZobha, uDavide wabulala abantu bakhona abayizi-22 000.


UDavide wathatha izihlangu zegolide ezazisezincekwini zikaHadadezeri, waziletha eJerusalema.


USimakade uyolondoloza ukuphuma kwakho nokungena kwakho, kusukela manje kuze kube phakade.


Ihhashi lilungiselwa usuku lokulwa, kepha ukunqoba kungokukaSimakade.


UDavide waba nempumelelo kuzo zonke izindlela zakhe; uSimakade wayenaye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ