Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 18:17 - IsiZulu 2020

17 UBhenaya, indodana kaJehoyada, wayengamele amaKherethi namaPhelethi; amadodana kaDavide ayesondele, engawokuqala ngasenkosini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 uBenaya, indodana kaJehoyada wayephezu kwamaKhereti namaPheleti; amadodana kaDavide ayengabokuqala ngasenkosini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 UBenaya indodana kaJehoyada wayephezu kwamaKreti namaPheleti; amadodana kaDavide ayeyinhloko yenkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 18:17
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Zonke izinceku zadlula eceleni kwakhe nawo wonke amaKherethi, nawo wonke amaPhelethi, nawo wonke amaGithi, abantu abangama-600, ababeyilandela besuka eGathi, bedlula phambi kwenkosi.


UJowabe wayesengumkhuzi wayo yonke impi yakwa-Israyeli. UBhenaya, indodana kaJehoyada, wayengamele amaKherethi namaPhelethi.


Walandelwa ngamadoda kaJowabe, amaKherethi, amaPhelethi nawo wonke amaqhawe. Baphuma eJerusalema ukuba bamxoshe uSheba, indodana kaBhikhiri.


uBhenaya, indodana kaJehoyada, engamele amaKherethi namaPhelethi; amadodana kaDavide engabaphristi.


UZadoki umphristi, uNathani umphrofethi, uBhenaya, indodana kaJehoyada, amaKherethi namaPhelethi behla, bamgibelisa uSolomoni emnyuzini wenkosi uDavide, bamyisa eGihoni.


Inkosi ithumele noZadoki umphristi, uNathani umphrofethi, uBhenaya, indodana kaJehoyada, amaKherethi namaPhelethi, bamgibelisa emnyuzini wenkosi.


UZadoki, indodana ka-Ahithubi, no-Abhimeleki, indodana ka-Abhiyathara, babengabaphristi, uShawusha engumbhali.


Kwathi emveni kwalokho uNahashi, inkosi yakwa-Amoni, wakhothama, indodana yakhe yabusa esikhundleni sakhe.


Umsebenzi wabo kwakungukusiza abozalo luka-Aroni emsebenzini wendlu kaSimakade, emagcekeni, emakamelweni, ukuhlambulula zonke izinto ezingcwele, nokwenza umsebenzi wokukhonza endlini kaNkulunkulu,


UPhethahiya, indodana kaMeshezabheli, wabozalo lukaZera, indodana kaJuda, wayemele inkosi ezindabeni zonke eziphathelene nabantu.


Maye, kwabakhileyo ngasogwini lolwandle, sizwe samaKherithe! Izwi likaSimakade limelene nawe, Khanani, lizwe lamaFilisti. “Ngiyakukubhubhisa kungahlali muntu.”


Sasihlasele ngaseNegevu eKherethi, nakwaJuda, naseningizimu kaKhalebhu, salishisa ngomlilo iZikilagi, langqongqa.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ