Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 17:27 - IsiZulu 2020

27 ake uvume ukubusisa indlu yenceku yakho, ukuba ibe phambi kwakho kuze kube phakade, ngokuba okubusisile Wena Simakade, kubusisekile kuze kube phakade.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 kalokhu mawuvume ukubusisa indlu yenceku yakho ukuba ibe sebusweni bakho kuze kube phakade, ngokuba okubusisile wena Jehova kuyahlala kubusisekile kuze kube phakade.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Kakube kuhle kuwe ukubusisa indlu yenceku yakho ukuze ibe phambi kobuso bakho kuze kube nininini; ngoba uyabusisa, Jehova, njalo lizabusiswa kuze kube nininini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 17:27
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Isaka wethuka wagedezela, wathi: “Ngubani kanti lona ozingele inyamazane wayiletha kimi, ngayidla ungakafiki, ngambusisa na? Yebo, uyohlala engobusisekileyo impela.”


Igazi labo liyakubuyela ekhanda likaJowabe nasekhanda lozalo lwakhe kuze kube phakade, kepha kuDavide, nasozalweni lwakhe, nakuyo indlu yakhe, nakuso isihlalo sakhe sobukhosi kuyakuba ngukuthula kuze kube phakade, kuvela kuSimakade.”


Inkosi uSolomoni izobusiswa, nesihlalo sobukhosi sikaDavide siqiniswe phambi kukaSimakade kuze kube phakade.”


Manje Simakade, unguNkulunkulu, ukhulume okuhle encekwini yakho,


Kwathi emveni kwalokho, uDavide wahlasela amaFilisti, wawanqoba, wayidla iGathi nemizana yalo esandleni samaFilisti.


“Nakuba kunjalo, uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli wangiqoka endlini yonke kababa ukuba ngibe yinkosi kwa-Israyeli kuze kube phakade. Ngokuba ukhethe uJuda ukuba abe ngumbusi, endlini kaJuda, indlu kababa, emadodaneni kababa, wangithanda mina ukuba angibeke ngibe yinkosi yawo wonke u-Israyeli.


Ngokuba uyibeke ukuba ibe yisibusiso kuze kube phakade; uyenza ithokoze, ijabule ngobukhona bakho.


Igama layo malime kuze kube phakade, udumo lwayo luphakame njengelanga. Zonke izizwe mazidunyiswe ngayo, bonke abezizwe mabathi ibusisiwe.


Bheka, unginike umyalo wokuba ngibusise; Yena ubusisile, mina angikwazi ukukuguqula lokho.


Ngokuba izipho zomusa nokubiza kukaNkulunkulu akaguquki kukho.


Makabongwe uNkulunkulu uYise weNkosi yethu uJesu Khristu, osibusisile ezulwini kuKhristu ngaso sonke isibusiso sokomoya;


USimakade uNkulunkulu wenu uyonibusisa njengokwethembisa kwakhe, niyotsheleka izizwe eziningi, kodwa nina ningatsheleki lutho kuzo. Niyobusa izizwe eziningi, kepha zona aziyukunibusa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ