1 iziKronike 16:8 - IsiZulu 20208 Bongani uSimakade, nibize igama lakhe, nizazise kubantu izenzo zakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Bongani uJehova, nibize igama lakhe, nizazise phakathi kwabantu izenzo zakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20248 Dumisani uJehova, nibize igama lakhe, nizazise phakathi kwezizwe izenzo zakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
umsindo wokujabula nowentokozo, izwi lomyeni nelikamakoti, izwi lalabo abathi: “ ‘ “Bongani uSimakade Wamabandla, ngokuba uSimakade muhle, umusa wakhe umi phakade.” “ ‘Kuyozwakala nezwi labaletha iminikelo yokubonga endlini kaSimakade, ngokuba izwe ngiyakukuguqula ukuthunjwa kwalo, liphinde libe njengakuqala,’ kusho uSimakade.