1 iziKronike 16:34 - IsiZulu 202034 Bongani uSimakade, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE34 Bongani uJehova, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202434 Dumisani uJehova; ngoba muhle; ngokuba umusa wakhe umi phakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kwakungumsebenzi walabo ababephethe amacilongo nabahlabeleli ukuba bezwakalise kanyekanye, ngazwi linye, indumiso nokubonga kuSimakade. Ngesikhathi bezwakalisa indumiso ngamacilongo, amasimbali, nangazo zonke izinto zokudumisa, babedumisa uSimakade ngokuba emuhle, umusa wakhe umi phakade; indlu yagcwaliswa yifu, indlu kaSimakade.
umsindo wokujabula nowentokozo, izwi lomyeni nelikamakoti, izwi lalabo abathi: “ ‘ “Bongani uSimakade Wamabandla, ngokuba uSimakade muhle, umusa wakhe umi phakade.” “ ‘Kuyozwakala nezwi labaletha iminikelo yokubonga endlini kaSimakade, ngokuba izwe ngiyakukuguqula ukuthunjwa kwalo, liphinde libe njengakuqala,’ kusho uSimakade.