Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 16:23 - IsiZulu 2020

23 Hlabelela kuSimakade mhlaba wonke, memezela izimangaliso zakhe usuku nosuku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Hlabelelani kuJehova, mhlaba wonke, nimemeze insindiso yakhe imihla ngemihla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Hlabelelani kuJehova, mhlaba wonke! wenza insindiso yakhe yaziwe usuku nosuku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 16:23
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Landani ngenkazimulo yakhe phakathi kwabezizwe, izimangaliso zakhe phakathi kwabantu bonke.


Mhlabeleleni, nimhubele, nikhulume ngazo zonke izimangaliso zakhe.


Mdumiseni uSimakade, nina bathembekileyo bakhe, nibonge igama lakhe elingcwele.


Ukulunga kwakho angikuthukusanga enhliziyweni yami, ngikumemezele ukwethemba kwakho nensindiso yakho. Angizange ngilifihlele ibandla elikhulu umusa wakho neqiniso lakho.


Umlomo wami uzolanda ngokulunga kwakho nensindiso yakho usuku lonke, ngokuba anginakukubala.


UMiriyamu wahlabelela wathi: “Hlabelelelani uSimakade, ngokuba uphakeme kakhulu, ihhashi nomgibeli walo ukuphonse olwandle.”


Hlabelelani izindumiso kuSimakade, ngokuba wenze izinto ezinkulu; lokhu makwaziwe emhlabeni wonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ