Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 15:27 - IsiZulu 2020

27 UDavide wayembethe ingubo yelineni elicolekileyo, njengabo bonke abaLevi ababethwele umphongolo, nabahlabeleli, noKhenaniya umholi wabahlabeleli. UDavide wayenengubo yamahlombe yelineni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 UDavide wayembethe ingubo yelineni elicolekileyo kanye nawo onke amaLevi ayethwala umphongolo, nabahlabeleli, noKhenaniya induna yokuthwala kwabahlabeleli; uDavide wayenengubo yamahlombe yelineni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

27 UDavide wayembethe ingubo yelineni elicolekileyo, nawo onke amaLevi ayethwala umphongolo, nabahlabeleli, noKenaniya induna yokuhlabelela kanye nabahlabeleli; UDavide wayembethe ingubo yasehlombe yelineni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 15:27
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wasina ngamandla akhe wonke phambi kukaSimakade, ebhince ingubo yamahlombe yelineni elimhlophe.


Wonke u-Israyeli wawukhuphula kanjalo-ke umphongolo wesivumelwano sikaSimakade; ngokukhamuluka nangomsindo womtshingo, amacilongo, amasimbali, ebetha izingubhu namahabhu.


Nampa abantu uDavide ababeka ukuba bahole ukuhlabelela endlini kaSimakade, ngesikhathi umphongolo usubekwe khona.


izibuko, ilineni elicolekileyo, imishuqulo, nezilwembu zokuhlonipha.


USamuweli wakhonza uSimakade kusukela esemncane. Wayegqoka ingubo yamahlombe eyenziwe ngelineni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ