Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 15:17 - IsiZulu 2020

17 AbaLevi base bebeka uHemani, indodana kaJoweli, nakubafowabo babeka u-Asafa, indodana kaBherekhiya, nasemadodaneni kaMerari, abafowabo, u-Ethani, indodana kaKhushaya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 AmaLevi ayesebeka uHemani indodana kaJoweli, nakubafowabo u-Asafa indodana kaBerekiya, nakumadodana kaMerari, abafowabo, u-Ethani indodana kaKushaya,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 AmaLevi amisa uHemani indodana kaJoweli; kubafowabo: ngo-Asafa indodana kaBerekiya; emadodaneni kaMerari, abafowabo: ngo-Ethani indodana kaKusaya;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 15:17
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Babekanye nabafowabo besigaba sesibili: uZakhariya, uBheni, uJahaziyeli, uShemiramothi, uJehiyeli, u-Uni, u-Eliyabe, uBhenaya, uMahaseya, uMathithiya, u-Elifelehu, uMikhineya, u-Obhede Edomi, noJehiyeli, abalindisango.


Abahlabeleli: uHemani, u-Asafa, no-Ethani ukuba bakhalise amasimbali ethusi.


UHemani noJeduthumi nabo bonke abaseleyo ababekhethiwe babizwa ngamagama ukuba bambonge uSimakade, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


UHemani noJeduthumi babephethe amacilongo namasimbali okushaywa, nezinye izinsimbi zokubethwa kudunyiswa uNkulunkulu. Amadodana kaJeduthumi aqokwa amiswa ngasesangweni.


Amadodana kaKhohathi: ngu-Amramu, uJizihari, uHebhroni no-Uziyeli.


Amadodana kaMerari: kwakunguMaheli, uLibhini, uShimeyi, u-Uza,


Yilaba ababema namadodana abo: kumadodana amaKhohathi: nguHemani, umhlabeleli, kaJoweli, kaSamuweli,


Umfowabo u-Asafa wayemi ngakwesokunene sakhe; u-Asafa, kaBherekhiya, kaShimeya,


Amadodana kaMerari, abafowabo ababema ngakwesokunene: kungu-Ethani, kaKhishi, ka-Abhidi, kaMalukhi,


UNkulunkulu uMninimandla wonke, uSimakade uyakhuluma, ubiza umhlaba kusukela ekuphumeni kwelanga lize liyoshona.


UNkulunkulu umnene impela ku-Israyeli, kulabo abanenhliziyo ehlanzekileyo.


Nkulunkulu, ungathuli, ungabi yisithulu, ungali ukukhuluma, Nkulunkulu.


Igama lezibulo lakhe kwakunguJoweli, igama leyesibili kungu-Abhiya; babengabehluleli eBheri Sheba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ