Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 14:9 - IsiZulu 2020

9 AmaFilisti esegasele esigodini samaRefa,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 AmaFilisti esefikile ukungenela isiGodi samaRefa,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 AmaFilisti afika, abahlakazela esigodini samaRefa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 14:9
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwase kwehla abathathu kwabangama-30, abayizinhloko, bafika kuDavide esemgedeni e-Adulamu ngesikhathi sokuvuna. Impi yamaFilisti yayikanise esigodini samaRefa.


AmaFilisti afika lapho, ayeseviva eSigodini samaRefa.


Kwathi ngesikhathi amabutho amaFilisti ekanise eSigodini samaRefa, kwehla abathathu kwabayizinhloko ezingama-30, baya etsheni kuDavide, emgedeni wase-Adulamu.


uDavide wabuza kuNkulunkulu, wathi: “Ngenyuke yini ukuyohlasela amaFilisti na? Uyakuwanikela yini esandleni sami?” USimakade wathi kuye: “Khuphuka, ngokuba ngiyakuwanikela esandleni sakho.”


Kwathi esezwile amaFilisti ukuthi uDavide ubekiwe ukuba abe yinkosi ka-Israyeli, akhuphuka ayomfuna; kuthe lapho uDavide ekuzwa lokho waphuma, wawahlasela.


Kuyoba njengomuntu evuna amabele emazimbeni asamile, nengalo yakhe ivuna izikhwebu, nanjengokhothozayo esigodini samaRefa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ