Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 14:14 - IsiZulu 2020

14 UDavide wabuye wabuza kuNkulunkulu, uNkulunkulu wathi kuye: “Ungenyuki uwalandele, kunalokho aqhamukele maqondana namajikijolo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 UDavide waphinda wabuza kuNkulunkulu; uNkulunkulu wathi kuye: “Ungenyuki emva kwawo; wagwegwesele, uwafikele malungana namajikijolo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngakho uDavida waphinda wabuza kuNkulunkulu; uNkulunkulu wathi kuye: Ungabalandeli; suka kubo, ubahlangabeze ezihlahleni zamabhamubhamu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 14:14
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wabuza kuSimakade, Yena wathi: “Ungenyuki, gega ngemuva kwawo, uwathelekele maqondana nezihlahla zebhalisamu.


uDavide wabuza kuNkulunkulu, wathi: “Ngenyuke yini ukuyohlasela amaFilisti na? Uyakuwanikela yini esandleni sami?” USimakade wathi kuye: “Khuphuka, ngokuba ngiyakuwanikela esandleni sakho.”


Kuyothi lapho sewuzwa umsindo wokuhamba ezihlokweni zamajikijolo, uphume impi, ngokuba uNkulunkulu uphumile ngaphambi kwakho ukubhubhisa amabutho amaFilisti.”


Kukodwa zwi engikucela kuSimakade, yilokhu nje engizimisele ukukwenza: ukuba ngihlale endlini kaSimakade zonke izinsuku zokuphila kwami, ngibuke ubuhle bukaSimakade, ngizindle ngisendlini yakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ