Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 iziKronike 14:12 - IsiZulu 2020

12 AmaFilisti abashiya lapho onkulunkulu bawo, uDavide wathi mababashise ngomlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ashiya khona onkulunkulu bawo; uDavide wathi mabashiswe ngomlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ashiya onkulunkulu bawo lapho, uDavide wayala, ashiswa ngomlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 iziKronike 14:12
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

AmaFilisti ashiya izithombe zawo lapho; uDavide nabantu bakhe bazithatha, bahamba nazo.


Bakhipha izinsika ezazisendlini kaBhali, bazishisa.


aphonsa onkulunkulu bawo emlilweni, ngokuba babengeyibo onkulunkulu, babe ngumsebenzi wezandla zabantu nje, imithi, namatshe, yingakho ebabhubhisile.


Base bekhuphuka eBhali Pherazimu, uDavide wawabhubhisa. UDavide wathi: “UNkulunkulu uthelekele izitha zami ngesandla sami njengamanzi ebhodloza avinjwe ngakho.” Yingakho-ke leyo ndawo bayiqamba bathi iBhali Pherazimu.


“ ‘Ngokuba ngiyokwedlula eGibhithe ngalobo busuku, ngibulale wonke amazibulo eGibhithe, awabantu nawezilwane, ngibehlulele bonke onkulunkulu baseGibhithe: nginguSimakade.


Wathatha ithole ababelenzile, walishisa ngomlilo, waligaya lacoliseka laba luthuli, waluvuvuzela emanzini, wabaphuzisa wona abantu bakwa-Israyeli.


Uyozishisa ngomlilo izithombe ezibaziweyo zonkulunkulu bazo; ungalifisi isiliva noma igolide elikuzo, awuyukuzithathela lona, funa libe wugibe kuwe, ngokuba lokho kuyanengeka kuSimakade uNkulunkulu wakho.


Niyokwenza kanje kubo: niyakudiliza ama-althare abo, niphihlize izinsika zabo, ninqume o-Ashera babo, nishise ngomlilo izithombe zabo ezibaziweyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ