1 iziKronike 13:1 - IsiZulu 20201 UDavide wahlanganisa amakhanda nabakhuzi bempi bezinkulungwane nabamakhulu, nabaholi bonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 UDavide welulekana nezinduna zezinkulungwane nezamakhulu, nabaholi bonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20241 UDavide wacebisana nezinduna zezinkulungwane nezamakhulu nezikhulu zonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Nabakhelene nabo, kusukela kwa-Isakhare, kwaZebuloni, nakwaNafethali, baletha isinkwa ngezimbongolo, ngamakameli, ngeminyuzi, nangezinkabi. Baletha ukudla okusanhlamvu, izigaxa zamakhiwane, izigaxa zamareyizini, iwayini namafutha, izinkabi nezimvu eziningi, ngokuba kwakunokuthokoza okukhulu kwa-Israyeli.